14 | IzindabaΒ 

Friday, 30 October 2026

Imibono

Abafundi bethu kwiFacebook baphawule kanje ngokudlulela kwePirates esigabeni samaqoqo koweCaf Champions League:

Image

01


Menzi Wezinto:
Amaxoki azothandazela ukuthi sidliwe nathi, ngiyakutshela. Kumanje izinhliziyo ziyaqaqamba.

02


Mxolisi Eric Shabalala:

Siyophumelela. Qhubekani kanjalo maBhakhaniya.πŸ’πŸ’―πŸ™

03


Sherrif Timza:

SiyiBafana Bafana mos.πŸ˜„πŸ€£

04


Lindi Punky:

Mina angisabanaki osduma ngabanye. Labo abasajabuli nhlobo ngisho bewinile ngoba basuke benake iPirates, lapho thina silokhu sishilo sithi, "Yadl' emnyama".

05


Mondli Dlomo:

Kodwa oLamthuthu bazosibamba ngenhliziyo, behlangene nawo la makhehla eDowns, bengafuni sibe neStar sesinti.✌️

06


Gcino Gwala:

Nizophuma nani maduze nje.

07


Yolanda MamakaSbabalwe Gasela:

NingalingeΒ nisifakele ingcindezi, sizokwenza okusemandleni ethu.

08


Minenhle Khathie:

Abakhunkuli bayohlezi beqoba nsuku zonke, ngokusebenzisa imithi. Bazuza imali engcolile. 😌πŸ₯šπŸ₯šπŸ₯šπŸ₯š

09


Nomthe Ribs Mbokazi:

Up lapho Bhakabhaka. ☠️☠️☠️☠️☠️

10


MaJili KamaNgcobo Mphephethwa:

Β Boze bathi bhuti. πŸ™Œβ˜ οΈβ˜ οΈ

11


Ntombenhle Mbatha:

Imnyama le nto, imhlophe ngenhliziyo. ☠️☠️☠️

12


Sipho Nkambule:

Baphumile laba abakhuluma kakhulu.

13


Mamiza Gumede:

Sisonke maBhakabhaka.

14


Phindile Radebe:

Up the Bucs.β€οΈβ€οΈπŸ–€πŸ–€πŸ€πŸ€πŸ’€πŸ’€β˜ οΈβ˜ οΈπŸ΄β€β˜ οΈπŸ΄β€β˜ οΈπŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒ

15


Xolani Msadafu Mtshali:

Lena yisizini yethu.

16


Mathuli Magaye:

Β I-GNU iphumile.