11I Ezikaqedisizungu 

Friday, 23 January  2026

Hhola Mntwana!

Phakade lami...

Ngithi kuwe wink 😉 wink 😉...

Image

Ngavele ngazibonela iphakade lami. Ntombi angiganiwe mina, sekuthi mangikubhalele incwadi ngiyifake eposini, ngibone ukuthi uzongiphendula yini. Mntanomuntu anginawo amaningi ngithi nje kuwe wink 😉 wink😉...

UBevrley Okoronkwo uyi-model,
uyi-brand influencer ne-real estate practitioner.
Qoma ntombi nakhu ngishiswa wuthando....

Image

Lo phumalanga sikothe nguBeverly Okoronkwo oyi-model, yi-brand influencer aphinde abe yi-real estate practitioner.

Cha impela bayazala abanye omama!
Ubuhle obungaka ngiyabuqaka. Ukuchitha nawe isikhathi sami, kungangishiya ngiyisibhuklabhukla.


Image