15 | Izindaba
Friday, 20 March 2026
Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi: Kuzogingqwa izinkomo eziwu-7, inesi liganwa ngabafazi abathathu ngosuku olulodwa. Abafundi bethu kwiFacebook baphawule kanje:
NGUMNU Khayelihle Khoza nezingoduso zakhe ezintathu, uNkz Thobile Ntombela, uNkz Khethukuthula Cebekhulu noNkz Nokuphiwa Mchunu.
ISITHOMBE: NGESIHE SOMNDENI
Msentiman Msentiman:
Sekuvumelekile ukubiza isibongo sikankosikazi!
Kusho ukuthi ubafo usezoba nezibongo ezintathu, ezintsha.
Xolani Jobe:
Inesi leli ababhale ngalo ngathi indoda. "Liyaganwa"
Pulane Mokoena:
Kazi kwaginqwa ezingaki eMaNews, kuleya nqwaba?
Ayi cha, ngathi zithwele ezinye izingane!
Sakhile Lloyd Ngcamu:
Mhlampe wabathola khona lapho esebenza khona!
Mfanfikike Majola:
Linenhlahla lelo nesi!
Samkelisiwe Sabela:
7 pho?
Kobe kusindwe ngobethole!
Ngcebo WaseMachunwini Majola:
Lapho sisebenza nalo. Cha kusho ukuthi siyoyidla size siyibuke inyama. 🙌🙌
Nkosikhona S Mncube:
Safa yinyama ngakithi! 👏❤️😃
Marcus Mbotho:
Hhayi, njengoba evaleka kanje amanesi? Uthwele sure case.