11 | Ezikaqedisizungu

Friday,18 September 2026

Hhola
    Mntwana!  

  Kodwa nawe sugar and spice sewenza kakhulu...  

Image

Bahl' abantwana bagezile. Shuuu! Wamuhle umuntu... Ngithanda ukuzethemba nokuqhakaza kwakho. Nkosazane mina sengaba umtshingo ubethwa ngubani, anginamuntu. Lokho kusho ukuthi kulula ukuthi siphile impilo yokutetemuka ngesikebhe, sidla ama-oyster, shishaywa umoya wolwandle. Vele phecelezi bathi, "the world is your oyster." 

Image

Kuhle sivume ukuthi siphelezele wena emhlabeni ngoba ukwelakho izinga wedwa dali. Ubukisa ngathi endimeni yobuhle.

Image

Namuhla siphethe isingqazu esizethembayo, u-Aleah Noelle. Yinkosazane ethi iyazifela ngezobuchwepheshe. Ilandelwa yizinkumbi zabantu emakhasini ayo okuxhumana. Awu kodwa nawe sugar and spice usuwenza kakhulu....

Image

Sengiyabona yini abantu bewathanda kangaka amakhasi akho, uyashisa mntwana🔥🔥🔥.