14 | Izindaba

Friday, 06 February  2026

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA ngoMsombuluko oluthi:

Sisagayisa kwasani isitimela seChiefs

Image

01


Kokoc Msibi:

Ngokushaya iZesco nje, sekuthiwa bashaya kwasani🤣

02


Justice Geza EJozini Nsibande:

Ubani olandelayo😂😂ningaphushani wozani kahle🤦‍♂️

03


Musawenkosi Christian Shezi:

Abapatanisi, izinto ezishaya u-1 zilale.

04


Usbongiseni Gcumisa:

Sigayisa olamthuthu abafana nabo 🤣🤣

05


Mthoko Bhebhe:

Istimela sika-1 nill? Ungazodlala ngathi la, yimbongolo le.

06


Nombuso Nombuso:

Bayaxaka abantu ngoba ukube ibishawa ngo-1-0 kuyo yonke imidlalo ngabe bahleka lokho futhi. Nixakekile nje, anizazi nizenzeni.

07


Jijimbane Msalazabiwa:

Nomakhelwane ngeke basinde.

08


Siyabonga Mashobane:

Sishaya kwasani okusendleleni yaso😅

09


Noluthando Sbiya:

Thina-ke esinomona asikuthandi lokho.

10


Mafero Mkhwanazi:

Batshele weJobe, baqhele endleleni.

11


Kīñğ Ťhæbīßō Dľōmō Emākhābēlēnī:

Woza 28 Feb 🥱😅

12


Thembinkosi Sithole:

Sisezaqhubeka njalo sihleke, okwamanje sisathule.

13


Thabza Ellen Lukhele:

Sibagaya sibe sibanika ithemba loku-cover score kanti lutho sibagaya ngo 1-0 🤣🤣🤣✌✌

14


Milo Mashiza:

Umlilo wamaphepha.