15 | Izindaba
Friday, 01 AugustΒ 2025
Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi:
Uzobonwa ngosuku lomgcagco ozogana uKhuzani ngoDecember 15 nonyaka:
Nele Nele Phungula:
SIYAΒ khonaaaaaah.ππππππ
Siboniso Shalazile Funenjani:
INTO engiyobe ngiyigiya lapho, kangiyaz inkosi.π€
O Gumede:
KUFANELE ashadelwe, izinsizwa azwana nazo ziganiwe, futhi ziyisibonelo esihle kuye, oTshatha, uMcineka, iNtibane.
Cebo Mvelase:
KUNJALO nje azikhulumi kakhulu ezakwaGuqa.
Skhuh Jehova Ushilo Msuthuh:
UTHI umakoti ngowakuphi, kwabani? π€...
Ingisi LikaDingiswayo Wandiswa Mthethwa:
SICELA ukubona umakoti in time. πππΒ
Mondli Cebekhulu:
SIYABONGA bo! Waze wacabanga kahle qhawe.
Zanenhlahla Mbatha:
DECEMBER? Kude kanje?
Jijimbane Msalazabiwa:
LE nkunzi yake yathi iyolobola njalo ohlelweni lwayo. Khuzani bo, asazi kwagcina kuphelelephi?
Banele Luyah:
NGIYEZA Khuba, ngizobona uskwiza wama-blue nation.
Ayanda UMzukulu KaNomasekeni Nzama:
KUNJALO nje! Kaluhlehli udwendwe umakoti engadukile.π€