15 | Izindaba
Friday, 29 August 2025
WUSANA oluneminyaka emibili, olushaywe lwaze lwafa, ngunina ehlangene nesoka lakhe, elingeyena uyise wengane. Kunezinsolo zokuthi lwanukubezwa.
Cassius Phiwayinkosi Vutha Gumede:
UZOTHOLA ukuthi nalelo soka lingumuntu wokufika.
Nkosi Ndovela:
NALO lelo soka lisazomshiya uma lingambulalanga.
Mzamo Paymaster Myeni:
HHAYI ngeke abantu bayagula, baphelelwe wubuntu.
Uyibulala kanjani ingane yakho?
Thulani Bhekani:
YILE wunga abayibhemayo ngoba nakho lokhu okomfana bekungazisoli nhlobo nje.
Siboniso Siboniso:
KODWA wubulima obunjani lobu nkosi yami?
Charlie S Mtshengu:
HAIBO noma uNkulunkulu angawubhubhisa manje umhlaba. Sekwanele.
Ngqongqoshe Dlomo:
YISIPHUKUPHUKU somuntu wesifazane leso, uyasazi isidwedwe.
Zamkor Mnquhe Madondo:
WAZE wayisilima bo lowo mama.
KamaThusi Biyela Buhle:
ISIPHUKUPHUKU somfazi. 😭💔
IntombikaNongoloza Gumbi KaMdakane:
HHAWU! Cha waze wakhona!
Umuntu abulale amathumbu akhe? 😟😟
Scelo Xaba:
NGICELA bangaboshwa laba ababulale ingane, banginike bona sithi ukuxoxa kancane.
Mthobic Magayear Ntuthuko:
UDAKWE wuthando noma?
Skhumbuzo M'fesi Ngema:
YISITHUPHETHU sowesimame. 💔🚮
Sandile Blose:
LAFA elihle kakhulu!
Madlokovu Esengweni:
MMH 😟😟emhlaben nkosi.