14 | Izindaba
Friday, 03 October 2025
Yabafundi beLANGA odabeni oluphume ngoLwesine oluthi:
UNgizwe uvulelwe icala lokuhlambalaza 'izitabane'
YIZO lezi zithandani ebezishada ngokwesintu, ezicasule uNgizwe Mchunu, ekhala 'ngokuxhashazwa' kwemvunulo yaKwaZulu.
Njabulo Shabangu I-bhele:
Kuyophela u-inki bevula amacala. Sizoleseka iChunu...
Mbongiseni Bheshu Mthombeni:
Bahlambalaze imvunulo yamakhosi, bahlambalaza amadoda izwe lonke.
Lewaldo Chriszann:
Naye uyaphapha manje.
Mtolo Wodumoo Dlangamandla:
Cha eSouth Africa kuyohlezi kuseSouth Africa. Kodwa uThabo Mbeki wasibulala ngokuthi athi amadoda mawaganane wodwa.
Senzo Mfeka:
Ngiyibone iseza le, ukuthi iChunu bazoligijimisa.
Chilex Myeza:
Mina ngazi ukuthi into uma ungayithandi, wenyanya kwakulokhu uphawula ngayo. Anikwazi phela ukubawuza kangaka ngento eningayifuni. Kukhona okumele nisitshele esingakwazi ngani.
Nonhlahla Manqele:
Bayamhlanyela.
Nomathamsanqa Mkhize:
Indoda ebile okudlula abafazi behlukanise istokofela sokudla.
Xolile Mamloo Mlotshwa:
Yini ukuhlambalaza?
Nqanda Face Hlulwayitheku Mathaba:
Soke sibone phela. Angitapanga ngokwedlule, kulokhu ngizotapa impela.
Nmbuso Godongwana Dingiswayo:
Kusho ukuthi zizokhala-ke.
Mbongiseni Bheshu Mthombeni:
Akahlambalazana zitabane, ukhuze imihlola ngolaka.
Sbu Ntombela:
Bangadakelwa ungizwe bona, ekhuluma iqiniso.