Izindaba | 14
Friday, 30 May 2025
Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi:
Sinqanyukelwe wumoya isilomo seTsotsi esishonile. Baphawule kanje abafundi kwiFacebook:
NGUPRESLEY Chweneyagae oyinkakha yomlingisi, odlule emhlabeni emuva kokunqanyukelwa wumoya.
Bandile KaMaMncwabe:
HAWUUU Cobrizii ngaze ngabuhlungu.
Ntombizodwa Msizazwe:
HHAYI boo ngoCobriz, ziyahamba izingane ziyaphela.
Busi KaDlamini Mkhwanazi Mkhwanazi:
KWAZE kwabuhlungu the Cobrizi Mr.
Sbongile Happy Ngcongo:
HHAU ngoCobra bakithi.💔💔
Siyabonga Dlamuka:
HHAWU! Lo mfethu ngimkhu-mbula kakhulu kwiThe River, bembiza ngoCobra.
Kazi bekuyini imbangela yokuhamba kwakhe?
Nomalanga Sibiya:
JEHOVA nguwena owaziyo ngabantu bakho. RIP Tsotsi.
Nozipho Buthelezi:
UBESEMNCANE bakithi 😭 40yrs.💔
Phindile Phindy Nxabeti:
EYI zohamba izinsizwa kosala izibongo.💔😓🕊️🕯️
Dineo MokoenaL:
NGAZE ngangayikholwa le ndaba.😭😭😭
Thimba's Langa:
EYI kufa awudeli struu. RIP Mr Massive.
Gadafi Mandla:
AYI kunzima emhlabeni.
Mzukulu Ka Bhijakastibili:
BENGINGEVE ngimkhonzile, ulale kahle qhawe.
Hlengiwe Mlaba:
ALALE ngokuthula. Useyiqedile inkambo yakhe. Yindlela yethu sonke.