14 | Izindaba

Friday, 08 August  2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi:

Kumisiwe ukuqoshwa koZalo. Baphawule kanje abafundi bethu kwiFacebook:

Image

01


Vukani Luthuli:

UNGATHI nababhali kabasayazi into abazoyibhala manje kulolu Zalo. Sebeyadavuza.

02


Amanda Kamandlovu Mpontshane:

NGISHO ama-advert akhona kawanayo 'that thing', lapho ekhaya basalubuka, kangazi babukani.

03


Sifiso Zulu:

AKUMISWE konke, nalokhu okuthiwa Ushaka ILembe.

04


Buhle Hadebe:

ABAMISWE bayabhora, kanti bafundisa nobugebengu nje. Mina bese ngilunyanya.

05


Zandile Hlongwane:

ABASALE sebeluvala, wumsangano vele.

06


Thulani Sotobe:

NOMA lungavalwa, kayisenamse-benzi leya nto, iyadavuza.

07


Buyi Mhlongo:

MINA ngiyalubuka bandla, lumnandi uma ululandela.

08


Simphiwe James:

KUNGANI lungapheli vele ngoba luwumbhedo lolo Zalo, wumsa-ngano nje.

09


Saider Msweli:

VELE kayikho nento abayenzayo.

10


Fikile Zondo:

SIYABONGA, kangisalubuki, lunesihluku kakhulu.

11


Jabulisa Jali ENgubevu:

 VELE kasisalubuki ngoba lunemfundiso engeyinhle ezinganeni.

12



Bercio Nxumalo:

NGALUGCINA mhlazane uMbatha ebaleka, egcwele imigwaqo, esehluleke wukukhwabanisa esobukhansela.

13


Zamanzima Mgabhi:

SENGATHI bangamiswa unomphela,  kayikho phela le nto.

14


Nomsa Gama:

SICELA kubuye Isibaya.


0