Ezikaqedisizungu | 11

Friday, 20 June  2025

Sikuphathele unobuhle 
usomabhizinisi ne-influencer

Wamuhle mbali
yase-Afrika...
 

Hhola Mntwana!

Kodwa my shokoledi...

Image

Selivele labuya  ithemba ngempilo uma ngibona ukuqhakaza kwakho, okusho ukuthi uMdali kukhona asangihlelela khona. Noma ngingenakho okutheni kodwa vuma mbal'enhle ngitubuze amagabadi noma ingoshokoledi. 

Image

Lo nobuhle nguMbali Sebapu owaziwa ngelikaMbali Flowers 🌷
noma nge-handle ethi, m_barlee kwi-Instagram.  Unebhizinisi lezimpahla elaziwa mbarlycollection kanti ungumsunguli weHermosa Flor Cosmetics. Yintokazi ematasa le njengoba  ingakushalazeli ukuveza iziqeshana izivocavoca ezinkundleni zokuxhumana.  

0