11 | Ezikaqedisizungu

Friday, 31  October  2025

Image

Mina ngiyazithandela izinto  ezinhle nabantu abahle. Nkosazane uyabonakala ukuthi usoShabeni, awuna-stress futhi awusidingi. Ngiphe ithuba nana lokuthi ngikugcobe
o-oyela abano-SPF nton nton, ukuze ungashishwa yilanga. Eyi kuyazalwa kweminye imizi.

Hhola Mntwana!

Ngiphe ithuba ngikugcobe 
o-oyela abano-SPF nton nton ukuze ungashiswa yilanga

Image

Namhlanje sithi hhola mntwana kwisipatsha esizalwa eThekwini, uCindy Makhathini. Uyimodeli,
yi-social media influencer nosomabhizinisi.

 UsoShabeni nana...vele sekuyisizini yokuswenka ngezinto zokubhukuda...

Image

Njengoba sekuyisizini yobumnandi lokho kusho ukuthi sesiswenka ngezinto zokubhukuda ngoba kubhizi dali. Ngiyaziqokela wena uzoba u-plus 1 wami. Umuhle wena, wakhiwe kahle ushoda ngami.

Image

 Sonkophe, wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo, ku-late manje asingabe sisacucuza. Ngithi mina uyangifaka noma uyangikhipha