14 | IzindabaΒ
Friday, 30 October 2026
Abafundi bethu kwiFacebook baphawule kanje ngokudlulela kwePirates esigabeni samaqoqo koweCaf Champions League:
Menzi Wezinto:
Amaxoki azothandazela ukuthi sidliwe nathi, ngiyakutshela. Kumanje izinhliziyo ziyaqaqamba.
Mxolisi Eric Shabalala:
Siyophumelela. Qhubekani kanjalo maBhakhaniya.ππ―π
Sherrif Timza:
SiyiBafana Bafana mos.ππ€£
Lindi Punky:
Mina angisabanaki osduma ngabanye. Labo abasajabuli nhlobo ngisho bewinile ngoba basuke benake iPirates, lapho thina silokhu sishilo sithi, "Yadl' emnyama".
Mondli Dlomo:
Kodwa oLamthuthu bazosibamba ngenhliziyo, behlangene nawo la makhehla eDowns, bengafuni sibe neStar sesinti.βοΈ
Gcino Gwala:
Nizophuma nani maduze nje.
Yolanda MamakaSbabalwe Gasela:
NingalingeΒ nisifakele ingcindezi, sizokwenza okusemandleni ethu.
Minenhle Khathie:
Abakhunkuli bayohlezi beqoba nsuku zonke, ngokusebenzisa imithi. Bazuza imali engcolile. ππ₯π₯π₯π₯
Nomthe Ribs Mbokazi:
Up lapho Bhakabhaka. β οΈβ οΈβ οΈβ οΈβ οΈ
MaJili KamaNgcobo Mphephethwa:
Β Boze bathi bhuti. πβ οΈβ οΈ
Ntombenhle Mbatha:
Imnyama le nto, imhlophe ngenhliziyo. β οΈβ οΈβ οΈ
Sipho Nkambule:
Baphumile laba abakhuluma kakhulu.
Mamiza Gumede:
Sisonke maBhakabhaka.
Phindile Radebe:
Up the Bucs.β€οΈβ€οΈπ€π€π€π€ππβ οΈβ οΈπ΄ββ οΈπ΄ββ οΈπ₯π₯π₯ππππ
Xolani Msadafu Mtshali:
Lena yisizini yethu.
Mathuli Magaye:
Β I-GNU iphumile.