15 | Izindaba
Friday, 27 March 2025
Nkosie Tunton:
Labo abanye bangene ngembobo yenaliti, kwi-Semi-Final nginyanye kabi.
Andreas Spikitjo Maphiwana:
Lapho kayinqeni ukuyiwina yonke imdlalo esele.
Aka Czweman Blaai Sbongiseni:
ISundowns izoyiwina yonke imidlalo esele nayo. Kule season iLeague ngeyethu.
Sthembiso Mdunge:
Yazi lo myalezo, ngivele ngidabukele umuntu ozovula i-envelope awufunde.
Thabo Konopi:
Koze kuse sithakathana makhelwane!🤞🏴☠️🏴☠️🏴☠️🔥
Njabulo Mdl:
Uweee iSundowns isithenjiswe u-R100 million, iyophuma ngo-Avbob kuyona yonke le midlalo esele.
Bheki Majozi:
Bazowagwinya lawo mazwi.
Mpungayehlathi Gumede:
Umyalezo uwudlulisa kosazodlala nabo.
Yolanda MamakaSbabalwe Gasela:
Ushube kakhulu-ke manje.
Man Mthethwa:
Kudela owaziyo ukuthi yiziphi lezi zimanga ezenziwe yiPirates?
Noma mhlawumbe yilezi zokudlala nabantu 86 minutes, bengaphelele?
Mnesh Khumalo:
Yake yavelelwa iSundowns. Asikaze njalo siyaleze thina.
Okuhle wukuthi le ligi inomfutho nogqozi lokuwina kuma-team. Siyadlala, bayaminca, bathandaze noma bedlala okufanayo.
Imnandi le mpilo. Kunelukuluku lokubheka isiphetho uma kuncintisana la ma-team ukuthatha le nkomishi.
Afikah Msilelwa:
Lapho iSundowns kayibangi msindo, yenza umsebenzi kuphela. 😁