11 | Ezikaqedisizungu
Friday, 23 October 2026
Wapakisha sphalaphala ngazizwa nginojelasi...
Ngiyabona nkosazane ukuthi ubuhle bakho buzongenza ngikulandele njengesithunzi sakho. Ewu wapakisha sphalaphala ngaze ngazizwa nginojelasi ngawe.
Namuhla siphethe intokazi enguMarie Jonni ethi iyimodeli ethe xaxa. Yintokazi ethi kayidingi kuxolisa ngokuba ngumapakisha kunalokho iyazethemba. Isingqazu esizibiza ngenkinga kwabanye osisi ngoba sithi siyazazi ukuthi sihle.
Ekubeni yinkinga lapho ngiyakuvuma 🙋🏾♂️🙋🏾♂️ntokazi enhle. Osekongithoba amanxeba wukuthi unginike ithuba ngilobe igama lami lihambisane nohathi ❤️lapha ngasenhlizweni yakho ❤️. Siselapho ubongikhonzela enhliziyweni yakho....