Imibono | 15
Friday, 02 May 2025
Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesibili oluthi: Usephenduke isilomo owakhe ngaphansi kwebhuloho, abafundi bethu kwiFacebook baphawule kanje:
Khetho Marquinhos Mshenguz:
LE ngqweleΒ yendlu, inzima kakhulu ngeke bayiqede, okulandelayo izokwakha indluΒ
ku-freeway straight π€
Mbuso Bahle Mhlongo:
ASIMAZI kodwa yena, sazi indlu.
Lulamile S'khalo-SamaTshitshi Nkonyeni:
VELE yizwe lamaphara leli. π€£
Ntombikayise Simelane:
YISILOMO sani umuntu ezofa? Nancoma into engancomeki.
Mcooh Mcooh:
KHULUMANI nenkosi thizeni nimakhele umuzi.
Khanyisile Dlamini:
UTHINI uma nimkhuza?π³π π
Jabulani Mjeyi:
NGELINYE ilanga uzomuka nezikhukhula lowo.
Febegula Khwelunina Mkhathini:
YISILOMO sani umuntu ezomuka namanzi bakwethu?
Mxolisi Gumede:
KUNEBHULOHO nami engicabanga ukuyovusa isithabathaba somuziΒ kulona.Β
π€π€ͺ
Zulu Mntwana:
UDUMO uyazenzela..kanjalo nje.
Cya Mthembu:
AZIFIKANGA kulelo bhuloho lezi zimvula ezisanda kudlula?
Skhumbuzo Ndwandwe:
NIDLALELANI kodwa ngomuntu nithi uyisilomo ezibulala?
Winnie Winnie:
I-SOUTH Afrika iyihlaya. Cabanga bencoma umuntu ozobulawa yizikhukhula. ππππ
Zagalio Mbhele:
KUSOBALA ukuthi ubefuna lokho vele.π€π‘