15 |Izindaba
Friday, 09 October 2026
Odabeni oluphume kwiLANGA online:
Uzochitha enye impelasonto ezikhindini uLt-Gen Shadrack Sibiya emuva kokuhlehliswa kokulalelwa kwesicelo sakhe sebheyili:
NGU-LT-Gen Shadrack Sibiya.
Unathi Unathi:
Nyamezela bawo, where are the 121 dockets?
Viva Schotho Mahlobo:
Sezizoze zimfanele lezo zikhindi.
Ernest Nhlangoti:
Ngeke aze aphume, akazijwayeze nje ukulala ebaliwe ngoba kusekhaya laphayana.🤞
Pumy Gadluma:
Oh hay shem....uyabuzwa yini ubuhlungu kanti nawe?
Bongile Templeton:
Kanti eSouth Afrika kunjani vele? Into ene-rape iyasondela yini
kwizicelo zama-bail?
Skhumbuzo Nyawose:
Kwasha emthini omanzi!
Ingabe kunjani kowomile?
Akukho okufihlakele okungayikuvela.
Njabulo G Cele:
Isha nesobho mfo kaSotobe.
Mthimkhulu Hadebe:
Phumula lapho sosha lami. Uyawubona umonakalo wokuthi bangaki owabazwisa ubuhlungu? Azikhale hhayi kancane ziyakunetha manje sir.
Mavulak'valiwe Mavura:
Washeshe wakhala pho! Kusazomshubela, makalinde nje ngoba esevuna akutshalile.
Mazandy Zandile:
Skhohlakali sekhehla esingenawo unembeza, mkhulu okhohlakele sengathi ungabolela lapho ejele.
Bheki Mbhekeni:
Sotobe kuse kude lapho kuyiwa khona.
Dantuse Buwa:
Lihlazo ebantwini ahlala nabo kwakunye nomakhelwane bakho. Isidima sakhe sonakele ngoba una-59 yrs lo baba.
Eunie Abby Eunie Abby:
Uzenzile akakhalelwa, kukhalelwa uzumekile.
Ndlovukazi XB:
EMthatha bukhe wakhona lo mkhuba bantwana xabezo certify balalwe ngamapolisi.
Mak Lungelo:
Kazi nifundisa izingane imikhuba nje, baphi ontanga yenu mgulukudu womjendevu wekhehla?
Thotywayo Jikijwa:
Lona bekufanele ngabe uyamkhusela umntwana, kanti kwayena unamanyala ngoba ngumzukulwana lo kuye.