14 |Izindaba 

Friday, 09 October  2026

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA online:

Abantu bokufika bathutheleke emahhovisi akwaNdabazabantu, eThekwini, beyofuna izimvume zokuba seNingizimu Afrika:

Image

01


Skuva Magaye:

Kahle kahle sekudingeka i-shut down manje maSouth African.

02


Aki July:

Cha iyahlekwa nento engahlekisi! Ngempela i-ANC izama ukwenzani ngale nto eyenzayo?

03


Siboniso Luthuli:

Umuntu osavotela i-ANC eSouth Afrika ekekho ryt ekhanda.

04


Lala Cele Umafungwase:

Njengoba begcwele lapho, bavuka kuphi ngoba bagezile uma ngibona, bahlala kuphi vele? Ikhona i-camp la eDurban or imina ongazi? 🤷🏽‍♀️

05


Lindo Ngcobo:

Baphi abafazi babo pho uma bebalekela impi emazweni abo?

06


Amanda Gwala:

 Akuyovota bona ngomhla
ka-04/11/2026.

07


Samke Nomah Nomandla:

Kanti yini indaba abelungu nama-China namaNdiya bengekho ngoba nabo ngabokufika?

08


Senzo C Mshana:

Kanti i-system ifa uma kusetshenzwa thina yini?

09


Ntombizodwa Lembede:

Umhla ka-4 kodwa-ke ngiwubekile. URamaphosa akanandaba nathi but abantu abazi kangcono yilaba abafuyile kuleli zwe, okungabokufika. 

10


Zwelisha Mkhwanazi:

Eyi isixhaphazile i-ANC emhlabeni yoooh!

11


Gugulethu Patricia Miya:

Kanti yibaphi abahambile?

12


Mfanafuthi Kheh Mvubu:

Akekho nozibuzayo ukuthi why kungamadoda kuphela?
Impela kubi, lidliwe izwe lethu.

13


Thotho Nxamashe Tshikonwane:

Yhooo inene sekuse-Ethopia emzansi!

14


Phindile Mkhize:

Bazifuna sebevele belana, kanti lo hulumeni simenzeni njengoba esizonda kangaka? 😭😭

15


Phumlan Som'Gee Mdima:

Lihambile izwe.