15 | Izindaba

Friday, 01 AugustΒ  2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi:

Uzobonwa ngosuku lomgcagco ozogana uKhuzani ngoDecember 15 nonyaka:

Image

01


Nele Nele Phungula:

SIYAΒ khonaaaaaah.πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™

02


Siboniso Shalazile Funenjani:

INTO engiyobe ngiyigiya lapho, kangiyaz inkosi.🀞

03


O Gumede:

KUFANELE ashadelwe, izinsizwa azwana nazo ziganiwe, futhi ziyisibonelo esihle kuye, oTshatha, uMcineka, iNtibane.

04


Cebo Mvelase:

KUNJALO nje azikhulumi kakhulu ezakwaGuqa.

05


Skhuh Jehova Ushilo Msuthuh:

UTHI umakoti ngowakuphi, kwabani? πŸ€”...

06


Ingisi LikaDingiswayo Wandiswa Mthethwa:

SICELA ukubona umakoti in time. πŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒΒ 

07


Mondli Cebekhulu:

SIYABONGA bo! Waze wacabanga kahle qhawe.

08


Zanenhlahla Mbatha:

DECEMBER? Kude kanje?

09


Jijimbane Msalazabiwa:

LE nkunzi yake yathi iyolobola njalo ohlelweni lwayo. Khuzani bo, asazi kwagcina kuphelelephi?

10


Banele Luyah:

NGIYEZA Khuba, ngizobona uskwiza wama-blue nation.

11


Ayanda UMzukulu KaNomasekeni Nzama:

KUNJALO nje! Kaluhlehli udwendwe umakoti engadukile.🀭