Izindaba | 15

Friday, 16 May  2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA ngoMsombuluko oluthi:

IChiefs kayikaliphonsi ithawula ngeTop 8

Image

NGUMQEQESHI weKaizer Chiefs uNasreddine Nabi

01


Xolani Schuste Phuthini:

UMA iChiefs ihluleka ukuphonsa ithawula, lizoziphonsa lona.

02


Revival Mshazi Mhlaziyi Ozimele:

WEMAMEEEH, abahambe beyocela ukungena kuTop 8 kwaShembe njengoba benzile kwiNedbank Cup.

03


Yolanda MamakaSbabalwe Gasela:

KWAZE kwanzima okweKaizer Chiefs. Mabathathe le nkomishi yeNedbank bayophuza ngayo ehlathini.

04


Mhlonishwa Mfeka:

FUTHI izongena, ubongibuza. Kuzophela sizini ilaphaya ko-6 noma-7.

05


Sphiwe Mepho Cusuao:

AKUFUNEKI ithawula, kufuneka amaPoints bakithi.🤦🏻🤦🏻🤦🏻

06


Ngiba KaMananga KaNkomofana:

KADE lawa lelo thawula. Isiphethe umebuzo walo nje.

07


Nkululeko Ngidi:

 ISADLALELANI iKaizer Chiefs ngoba phela iLeague isiphelile, ukhona ongangikhumbuza?

08


Aki July

WEEEELELE, yinganekwane. 😂😂😂

09


Sandile Mngomezulu:

 MXM, bagcwele ukudlala labo.

10


Thembani Shabalala Sgodi:

NINAMANGA nina, akukwazi ukuthi yiChiefs le okuthiwa izoya kodlala kwi-UEFA 🤣🤣🤣🤣

11


Thabza Ellen Lukhele:

KANTI uma bethi iKhosi kalipheli moya, ucabangani wena?🤷‍♂️


0