15 | Izindaba
Friday, 14 August 2026
Odabeni oluphume kwiLANGA
Ummeli wowesilisa obhekene necala lokubulala u-Ayabonga Mjilo, ufake isicelo sokuba lichithwe icala:
NGUMFANAFUTHI Kunene owayengumphathi ka-Ayabonga Mjilo okwesokudla, isidumbu sakhe esatholakala esitamukokweni kade egcine ukubonakala noKunene, emcimbini wokuvala unyaka emsebenzini wabo.
Alex Van Der Walt:
Abameli kodwa madoda!
MJ Maduna Maduna:
Abalichithe bese umphakathi uzifakela eyayo inkantolo.
Noxolo Gugu KaNdinisa:
Uyabonakala nje ukuthi wakwenza. Lowo mmeli ubhema i-whoonga.
Themba Chris Msani:
Lowo mmeli uyagula ngekhanda.
Philanie Mchunu:
Lowo mmeli ngathi zithi mzala.
Sbahle Teddy Khanyi:
Kusho ukuthi umndeni mawudile naye, ngoba kusho ukuthi wabulala ikati.
Zamabhele Ntusi Majiya:
Uyahlanya. Ingane yomuntu engeke isabuya yona?
Vele wayibulala, umthetho mawudlale indima yawo.
Ntobeko Mthembu:
Yabona lo akadingi ijele, udinga umphakathi "umthandazele".
Hlungwelihle Magadlela:
Hhayi bo! Uyazizwa kahle?
Sifiso Zulu:
Akuboshwe kwayena lowo mmeli ndini.
Lindo Kuhle:
Ikilayenti. 😄😄