15 | Izindaba
Friday, 15 May 2026
Odabeni oluphume kwiLANGA oluthi:
UMayoghurt uzincoma ngokwehlula abebemphika emculweni
Baphawule kanje abafundi bethu kwiFacebook:
NGUMCULI kamaskandi uMayoghurt, othi ugezeke igilo ngokwehlula abebemphika emculweni
Zola Mageba KaZulu:
Khuphuka mkhaya wami. ❤️❤️❤️
Dwala Aphiwe:
Ukhubazekephi lo muntu okwazi ukuzihambela nokudansa, aphinde acule?
Mina ngimbona engakhubazekile, inkinga wukuba mfushane.
Sibusiso Buthelezi:
Up Mayoghurt, ungabe usabheka emuva mfanakithi.
Lerato Masango:
Yinkosi kamaskandi lena.
Stella Keswa:
Jama! Up lapho. 💃💃💃
Zandile TheQueen Manqele:
Siyakuzwa okomculo, uthini ngoBingelela?
Nyawo Rsa:
Angaqhoshi, sizama ukumkhuphula.
Mthembu Thaboh Thabani:
Abanye abantu banenhlanhla nje empilweni. Ncimishi noMthandeni.
Lungani Hlongwane:
"Icala lomjolo alithethwa."
Tebuho Phungula:
Kodwa le ngane! LaMakhahlambeyana bakithi!
Dineo Tsepiso:
Vele uma ungazishayelii wena izandla, akekho ozokushayela ngoba thina ndlu emnyama kasibongelani. ❤❤❤✊
Qinisan Queeh Papah Ndlela:
Bliss! Up lapho!
Mduduzi Thokozani Nsele:
Bliiiiiissssssssss!
Billiat Sibanda:
Mayoghurt SA, Yogi yogi kazwelonke.