15 | Izindaba
Friday, 12 September 2025
Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi: Kukhuthazwa iTLB ukuyodlala e-Europe, abafundi bethu kwiFacebook baphawule kanje:
Ntshebe Funda Langa:
SENIFUNA ukumphuphisa ngomphamephuce.
Lindokuhle Thandukwazi Gawozi:
UNGAFA ngeke aze alunge khona. Akudlalwa nezingane e-Europe. ππππππ€
Zamani Thithizaphi Ndlovu:
KUNGALOKHU kulindwa team thizeni la. Hlangana Zulu avele ahanjiswe kwiReal Madrid umfana, ayodlala ngenkani.β
Thulani Ngizo Ngubane:
KANTI yini le ese-Europe engekho eMzansi?
Ake niyeke ingane idlale ngokukhululeka.
Sosibo SN:
KUNGANI abantu abamnyama behlale befuna singabuki abadlali bethu abangcono kwiLeague yethu?
Konke okwethu okuhle nikuyisa kubelungu?
Khethiwe Pearl:
MANJE bathi sisale nobani? Usemncane moss lo muntu. usengaya noma eno-21.
Bafana Erick:
WENZANI le engenziwa ngabanye abadlali?
Goodman Ndaba:
MAKAYE kodwa uma kuphela eya kumaligi amakhulu e-EnglandΒ
neSpain.
Mcineka Siphesihle Sakhile:
ABAFUNI ukusibona sijabule. Bafuna ihambe iTLB ukuze sisale sishawa yiKaizer Chiefs?
Jijimbane Msalazabiwa:
WEEE kuphi khona?
Akobuza kuMofokeng ukuthi kuthiwani uma usucela indlela. π
Sanele Ngcobo:
BAYANQENA yini ukuya bona phesheya laba abafuna kuye iTLB?
Tha Dladla:
ANGAYA ngoba efuna imali eningi but usendaweni e-right kwiPirates!
Qhubekani Kunene:
AKE kukhuthazwe oYamal basuke eSpain nabo. π
Lo mfana ayikho into angashoda ngayo edlala khona la, likuphi iphutha ngokudlala la?
Sthunzie Mfumbathi:
BATHI sisale nobani thina?
Bafuna sisale sishawe yiKaizer Chips. π₯Ίπ₯Ίπ