Izindaba | 15

Friday, 16 May  2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi:

Wethweswe iziqu ofunde iminyaka ewu-15 enyuvesi:

Image


NGUNKZ Sibusisiwe Phoswa,waseMgungundlovu

othweswe iziqu zemfundo ephakeme ngemuva kweminyaka ewu 15, ezama kungalungi.

01


Zama Mdluli Nhlangwana:

SIYABONGA ugcine ekutholile abekufuna.

02


Zagalio Mbhele:

ENGABE kwabayini imbangela, iminyaka engaka, ngizoke ngizwe 🤞😄👍.

03


Yoliswa Yolie:

ANGIMSOLI vele ngabe ujaheni ukuzohlala ekhaya ngoba nemisebenzi ayibonwa. Emagameni okuthi uqedile nje, khona abavele bathi, give up baphume bengaphethe lutho.

04


Kholiwe Xaba:

EBEFUNDA ini?.

05


Mbongwa Nqobile:

E-UNISA khona abanjalo🤣🤣.

06


Siyabonga Ziqubu:

KODWA uqedile bakithi.

07


Zenzele Xulu:

IMALI engaka ayisebenzisile.


0