14 | Izindaba

Friday, 12 September 2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA ngoMsombuluko oluthi: Usengene emkhakheni wokuklwebha amapuleti uSthandwa woKhozi FM, abafundi bethu kwiFacebook baphawule kanje:

Image

01


KwaMakhutha Newsroom:
AKANGQUNYWE izinzipho angaze aklwebhe nathi singenze lutho.😾

02


Thobile Ndlovu-Shangase:

DJ Sthandwa! 
Kwavele kwamfanela.

03


Sir-Lindo Wakwa Mantshinga:

NGATHI ehlulwa wukusakaza nokulingisa, engabe uzoba njani kwezokuklwebha amapuleti?

04


Mgnl Senzo:

UZOYISHIYAPHI indoda uma esewaklwebha?
Angangiphoxi lo mntwana. Useyosebenzela iSatanist?

05


Thokozile K Khubisa Khubisa:

YAZI ngimzwile izolo ekhuluma ngabantu asebematasa ngama- content ngoba nakhu sekuholwa kuma-social media
Wathi abanye kayikho nento abayenzayo.

06


Buti Phumoh Ngcobo:

HHAYI bo! Angalimazi abantu ngezinzipho, angaklwebhi kakhulu. 😂😂 Khona ozocabanga izinzipho mezwa elokuklwebha. 🤣🤣

07


Sifiso Xulu:

SIYAKUBONGELA. Okusho ukuthi ungumuntu o-active ne-talent. Ungezwa-ke sekuthiwa uphesheya kwezilwandle. 😁😁😁

08


Sphathi Mandla:

USBONGA kodwa wayekade eyixosheleni kodwa le ngane? 
Ngabe ikude ngempilo.

09


Nkosinathi Mathe:

STHANDWA sami ngiyakuthanda Sthandwa Nzuza.

10


KaNozishada KaMaqhoboza.

FLY Cc wami kuyaphantwa, sofa sizama!!

11


Real Zazi Sikhosana:

SIYAMBONGELA uMaMshazi kaNozishada, kamaqhoboza, isphalaphala soKhozi.

12


Nokwethemba Vee Mthembu Majola:

WAZE wasiyala uMfundisi nahlukana

13


Winnie Nkosi:

KWAVELE kwamfanela zibekwa nje. Exactly top 20.

14


Mkhululi Shandu:

UBIZWA ngo-DJ bani-ke mbhali?

15


Mageza..Dudla:

USEMDALA-KE. Kodwa  kmakaqhubeke alingise (actor).

16


Sboniso Is'chaka Es'ngaceli Gamede:

UKWENZANI ukuklwebha amapuleti??

17


Lethuu Ntsele:

ASINENDABA noma angangena kwezokuphuza.

0