Izindaba | 14

Friday, 06 JuneΒ  2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA ngoLwesine oluthi:

U-Asavela Mngqithi uyojoyina uZalo

Image

NGU-ASAVELA Mngqithi owazakhela igama elingisa emdlalweni, Isibaya.

01


Mcooh Mcooh:

VELE kayisekho le nto yoZalo, yindavundavu nje.

02


Nhlakanipho Mzukulu kaSokhethile Hlongwane:

KUKHONA engambona eselingisa khona, ngayeka ukulubuka, nganyanya ngadayisa ne TV.

03


Ayanda Nkala:

Kwakungamele amise awakhe amaphupho ngenxa yokushada.

04


Jacky Mkhize:

Aluve selubhora shame lolo Zalo lwakhona πŸ’—

05


Letho Okuhle:

Asavela Mqokiyana!

06


Kei Kei:

WAJOYNA iDurban Gen yavalwa, masethembe uzophinde abe wusizo futhi.

07


Sazise Entertainment:

U-ASAVELA akakaze yin avele kuZalo πŸ€” noma ngangimbona kwesinye isi-story?

08


HJ Mtrabs Ndwandwe Entuthunga:

INGANE kaManqoba, siyayibongela bakithi.

09


Mlu Mabhona:

UMSHADO muhle, kodwa kuningi ukulawulwa nokuphathwa njengenja eboshwe ngeketango. Ngokwami if uwu girl, qala ufeze amaphupho akho before umshado.

10


Sizwe Pholoba:

ISAKHONA kodwa le nto abathi wuZalo?

0