14 | Izindaba

Friday, 26 September 2025

Imibono

Odabeni oluphume kwiLANGA Lempelasonto oluthi:

Amabhomu kaJenene uMkhwanazi agadla ephindelela kosopolitiki

Image

NGUMKHUZI wamaPhoyisa aKwaZulu-Natal, uLt-Gen Nhlanhla Mkhwanazi.

01


Ntobeko Mhlanti:

Phezu kwabo Mkhwanazi!

02


Mogadishu Thula Mogadi:

Kuzonuka umnsinsila kuyona yonke indawo...

03


Yolanda MamakaSbabalwe Gasela:

Hhayi kunzima, kodwa-ke sicela kuMdali amvikele uMkhwanazi. Bakhohlakele osopolitiki.

04


Sphelele Mzulwini:

Njengoba silungisa iCountry nje, uMkhwanazi yilungu eliqavile. Sinaye kuze kufike ekugcineni, asilwi, sithi nje... onecala makakhale ezikhindini🙏

05


Bhekinhlanhla Mdletshe:

Kusindwa nongathwele, kukhona asebefisa kuvuleke umhlaba, ubamboze.

06


Sbongiseni Gcina Ndebele:

Ziyakhala manje. Abantu bayahlupheka, bona badlala ngabo. Bayazi ukuthi bayakhwabanisa, baphinde bayabulalana ogombela kwesabo.

07


Khetho Ntanzi Fakazi Oyaya:

 Dubula Ndonga ku-late.

08


Isgaxaskabhatata Irvine Thulane Msimango:

Usekhulumile ngoMbalula?

09


Mathwala Langa:

Saze samthola umphathi siyizwe, kunini kwasa kudlalwa ngathi. HAWU!

10


Thembalethu Mkhize:

Akusiwo amabhomu lawa hawu. Imicibisholo ekhafula umlilo le - iNukes ngesilungu.

11


Pat KaPitshiza Zungu:

Izogadla nakuZuma, nansi iMK Party ivimba.

12


Aya Ayo:

Bazomakhela itulo manje uMkhwanazi.

13


Mazet Maduna:

Ukhuphuka nabo.

14


Irasta LaseNzala:

Ilokhu igadle njalo iRussia ewuMkhwanazi.


0