Ezikaqedisizungu | 11
Friday, 22 May 2025
Sengifisa sihlangane emlanjeni...
Kudela lawo manzi agone wena...
Ewu! Sengifisa nokuba yilawo manzi agone wena ntombi yakoMpangase. Kungcono sihlangane emlanjeni uke ungiqulele noma yingebhakede lamanzi nje. Kuthiwa uMdali akakuphi konke kodwa wena wakupha konke. Lesi siphalaphala nguLungelo Mpangase, ungumlingisi osebonakale emidlalweni eminingi.