11 | Ezikaqedisizungu

Friday, 21 November  2025

Hhola Mntwana!

Uya-slayer sphalaphala...

Image

Wamuhle kwangathi ugeza ngobisi ntokazi. Phela wena wenza lokhu okuthiwa uku-slayer, uyagqilaza ngobuhle sphalaphala. Sengivele ngabona unomkhubulwane (goddess) uqobo. Gojasi ngiyazicelela usale usuvuma ukuba sithathe i-selfie ndawonye lokho kuyowuthokozisa umoya wami.

Sengivele ngazibonela unomkhubulwane uqobo...

Image

Le nkosazana nguBrown Mbombo, ujwayele ukubonakala newele lakhe uBlue. Yisiphalaphala esizalwa eBloemfontein esesizenzele igama eNingizimu Afrika yonkana, njengoba sidumile emkhakheni wezokungcebeleka. UBrown uzichaza njengomuntu ozithandela uThixo nonamaphupho amakhulu ekhasini lakhe le-Instagram.

0