11| Ezikaqedisizungu
Friday, 09 October 2026
Kodwa my chocolate...
Kodwa my chocolate, wangenza ngabhajetha ngebhonasi engingazi noma ngiyoyithola yini. Wawubusisa umoya wami, themba lami ngichazwa yilemidwebo esemzimbeni.
Le gender ingenza ngibone ukuthi mahle ama-Afrika. Sithi "Hhola Mntwana" kumrapper uGabriella Tina Manneyongu odume ngelikaGigi Lamayne. Yintokazi yaseNingizimu Afrika le, engumbhali wezingoma Whoa! 🥵🥵🥵 ngavele ngajuluka ubala gojasi.