11 | Ezikaqedisizungu

Friday, 05 September 2025

Hhola Mntwana!

Wena uyilento ephezulu ekhekheni ♥️♥️
Image

 Ay ngeke babhemu, ivumeni le mbali! Wena othandekayo ufana nalento ephezulu ekhekheni. Uyilokhu okuthiwa u-crème de la crème. Into ezongisondeza nolwandle ukuthi ngifuna ukubona wena ugwedla, uzongihlenga.

🎼🎼I like your waist in particula... 🎼🎼♥️♥️
Image

 Yazi wangikhumbuza ingoma kaMajor Lazer ethi, "Particula" kunendawana lapho ecula athi, "I like your waist in particula...". Mina ntombenhle angiganiwe futhi noma ngabe kunjalo KwaZulu sivumelekile isithembu.

🌞🌞 Unguphumalanga sikothe... ♥️♥️
Image

 Lo phumalanga sikothe nguSharon Gambu, uyintokazi echitha isikhathi sayo izivocavoca. Ungumsunguli wenkampani iSG.FIT Global elekelela abafuna ukuba nemizimba etonekile.
 

🌞🌞 Kodwa wenza kakhulu kulento yobuhle... ♥️♥️
Image

 Nkosazana ngithi hellona wena muhlez, sengicabanga nokuzozivocavoca nawe ukuze ngizozibukela wena nje. Kodwa wenza kakhulu kulento yobuhle.
 

0