11 | Ezikaqedisizungu

Friday, 11 July  2025

Hhola Mntwana!


Nginikeni intando ngizidlise mina...

Ngicela ungiphendule noma ingo-hathi 
❤️💚❤️ kwi-Instagram...

Image

Nginikeni intando ngizidlise mina, sengilutholile ubambo lwami. Kodwa sphalaphala, bhebi, themba lami ngabona wena ikhanda lazula. Agiganiwe ntombi. Nginike ikheli dali ngithumele abakhongi. 

Image

Lo phumalanga sikothe nguFrancine Nyanko Koffi, waziwa ngelikaFantana. Yintokazi yaseGhana le  kodwa ikhulele e-Atlanta, e-USA. Ingumculi  osanganise izinsizwa eziningi ibonakala kwiYoung, Famous & African etshengiswa kwiNetflix lapho ibinezihlabani zase-Afrika okuhlanganisa nezaseNingizimu Afrika.

Image

Shoooh! Wamuhle mhlaba. Noma sweetie ungangiphendula ngo-hathi lapha kwi-Instagram ngeke ngikhononde. 

0